ASILAHLEKELWA AMALUNGELO ETHU NHLOBO. Asilahlelekwa nhlobo ngamalungelo Ethu ngaphansi kwalesi Sivumelwano uma singasheshi futhi xxxx xxxx xxx kunesidingo, ukuwaphoqelelela. Akumele uphakamise lokho njengendlela yokuzivikela uma sinelungelo kodwa singaliphoqeleli ngesikhathi esifanele. Xxxxxxxxx, uma sikunika isikhathi esingeziwe sokukhokha inkokhelo yenyanga nenyanga eyodwa, akusho ukuthi Thina sikunike isikhathi esengeziwe ngokuzayo nangenye inyanga. 22