igunya Izibonelo Zemigomo
igunya kushiwo igunya lokusetshenziswa komhlaba elibhalwe phansi isiGungu esiBhekele ukuKhishwa kweziMvume zezokuHlela sikaMasipala, futhi ingabandakanya “lokho igunya elisetshenziselwa kona” noma “lokho igunya elisemthethweni elisetshenziselwa kona” ukusebenzisa noma ukuthuthukisa umhlaba ngenhloso egunyaziwe noma ngendlela ethile ehlongozwe ohlelweni lokusetshenziswa komhlaba, futhi ingabandakanya kodwa kungagcini nje ngegunya elisemthethweni noma ngezinkululo;