Common use of ISIKWELETU SAKHO NOMKHAWULO Clause in Contracts

ISIKWELETU SAKHO NOMKHAWULO. 11.1 Singanqaba ukugunyaza ukuthenga ngokusebenzisa Isikweletu Xxxxx nganoma esiphi isizathu; okubandakanya isimo lapho weqe umkhawulo. 11.2 Awuzukuvumeleka ukuthenga nhlobo ngeKhadi okuzodala ukuba weqe uMkhawulo Wesikweletu. 11.3 Uma Thina sivuma ukukudayisela okungadala ukuba weqe uMkhawulo Wesikweletu, akusho ukuthi sinyuse uMkhawulo Wesikweletu ngokuphelele, kodwa kunalokho lokho kusho ukuthi sivumele ukukhushulwa kwesikhashana ngokwesicelo Sakho. Uzoba nomthwalo wokukhokha imali ephelele okweqiwe ngayo uMkhawulo Wesikweletu.

Appears in 4 contracts

Samples: Kredietfasiliteit, Kredietfasiliteit, Terms and Conditions