umhlaba wezolimo Izibonelo Zemigomo

umhlaba wezolimo kushiwo umhlaba onokulinywa, imfunda noma amadlelo, amahlathi, izingadi zezimakethe, amapulazi ezinkukhu, insimu yezimbali, futhi kungabandakanya izakhiwo okutshalwa kuzo noma ukukhuliswa kwezitshalo emanzini ngaphandle kwenhlabathi, ukulima, ezolimo ezikhuthaza ukutshala ngokuyimvelo, amasimu ezithelo kanye nomhlaba osetshenziselwa ukuzalanisa nokufuya izilwane ezifuywa ekhaya kanye/noma nemfuyo kanye nokunakekelwa kwalezo zilwane, izinkukhu noma izinyosi futhi kubandakanya nezindali zemfuyo kanye nanoma yiziphi izakhiwo eziqondene nalokho, kuncike ekutheni izakhiwo eziqondene nokuhlaliswa kwamakati kanye/noma kwezinja ziyothathwa njengeziSetshenziswa ngokuKhethekile. Awubandakanyi ukusetshenziswa okungathathwa “njengeMboni yezoLimo”;