umuntu othintekayo noma umuntu onentshisekelo kushiwo umuntu obeke imibono ebhalwe phansi ngesicelo sokuthuthukiswa komhlaba futhi okhombisayo ukuthi unegunya lobunikazi elingathinteka noma elingahlukumezeka ngenxa yesinqumo sesiGungu esiBhekele ukuKhishwa kweziMvume zezokuHlela sikaMasipala noma sesiGungu sokuDluliselwa kweziKhalo njengoba kuhlinzekelwe kwisiGaba 51(5) se-SPLUMA;