Umbhalisi kwezokuHlela kaMasipala noma isekela kusho umsebenzi ka Masipala oqokiwe noma okhethiwe ngokwesiGaba 17(1) noma isiGaba 17(2) salo mthetho ka Masipala, noma imuphi ofanele, noma omile ngokwesiGaba 17(6) saloMthetho futhi osebenzisa amandla aphinde asebenze njengoba kubhalwe esiGabeni 17(4)-(5) saloMthetho;