Omama abane-HIV bangadlulisela i-HIV ezinganeni zabo
Omama abane-HIV bangadlulisela i-HIV ezinganeni zabo
⚫ Ngesikhathi umama ekhulelwe.
⚫ Ngesikhathi sokubeletha (sokuzala).
⚫ Ngobisi lwebele.
I-PMTCT imele amagama athi-Prevention of Mother-to-Child Transmission (ukuvimbela ukudlulisela i-HIV xxxxx xxxxxx ukuya enganeni).
Umama one-HIV angavikela ingane yakhe ukuthi ingangenwa yi-HIV esuka kuye ukuya enganeni yakhe ngokuthi xxxx xxxxx xxxxxxx xxxxx xxxxxx imithi elwa ne-HIV.
Ngisanda kuthola ukuthi ngikhulelwe – kumele ngenzeni manje?
⚫ Bhuka kusenesikhathi kwikliniki yendawo yakho yabantu abakhulelwe (lapho nje uqeda ukuthola ukuthi ukhulelwe).
⚫ Hlolelwa i-HIV ekliniki yangakini.
⚫ Kumele futhi uyohlolelwa nesifo se-TB.
Uma kuhlolo utholakala ungenayo i-HIV
⚫ Hlolwa njalo kwizinyanga ezingu 3 ngesikhathi ukhulelwe, ngesikhathi sokubeletha/sokuzala, xxxxx futhi kwiviki lesi 6 ngemuva kokubeletha ingane xxxxx futhi nasezinyangeni ezingu 3 ngesikhathi uncelisa ingane.
⚫ Kuzomele uqale ukuphuza imithi yama-ARV ngokushesha uma uhlolo lwakho oluphindayo luthola ukuthi une-HIV ngesikhathi ukhulelwe noma ngesikhathi uncelisa ibele.
⚫ Uma usanda kungenwa yi-HIV, kungenzeka uhlolo lwe-
HIV lungabonisi ukuthi unayo. Lokhu kubizwa ngokuthi yi-window period.
⚫ Khuluma no-partner xxxxx xxxxxxxxxxxxx i-HIV xxxxx xxxxxxxx ucansi oluvikelekile.
⚫ Zivikele xxxx xxxxxxx yakho xxxxx xxxxxxx xxxxxxxx wenze ucansi oluvikelekile, xxxxx xxxxxxxxxxxx ukuthi ungenwe yi-HIV ngesikhathi ukhulelwe.
Uma une-HIV kumele wenze nohlolo lwe-CD4 count ngalo lolo suku.
Uhlolo lwe-CD4 count luhlola ukuthola ukuthi ngabe umzimba wakho uqine kangakanani. Lolu hlolo lubala inani lama-CD4 cell (ama-cell alwa nezifo noma ‘amasosha’) egazini lakho – xxxx xxxxx cell ayingxenye yamasosha omzimba wakho (immune system), avimbela ukuthi ungaguli.
Izinga levayirasi (viral load) wuhlolo olubala inani le-HIV egazini lakho. Lolu hlolo luvamise ukwenziwa lapho umuntu ephuza imithi yama-ARV.
I-TB, njengezinye izifo, ingenyusa amathuba okungena kwe-HIV enganeni yakho. Lokhu kungoba
i-infection (isifo) senyusa izinga levayirasi (viral load) ebese lokhu kwehlisa izinga le-CD4 count.
Ingane ingabuye ithole i-TB nakuwe. Kubalulekile kuthi welaphise onke ama-infection masishane nakhona
uphuze imithi yakho xxxxx ngokuyikho.
Uhlelo lwe-PMTCT (uma une-HIV)
Isinyathelo 1: Ukukhulelwa
⚫ Ngalo lolu suku uhloliwe watholakala une- HIV, uzohlolelwa ebese uqala ukuphuza iphilizi le-antiretroviral le 3-in-1, kwesinye isikhathi
xxxxxxx xxxxxxxx xx-FDC. I-FDC xxxx ukuthi-Fixed Dose Combination, xxxxx ihlanganisa amaphilisi
e-antiretroviral (ARV) amathathu kwelilodwa iphilisi.
⚫ I-FDC izoqalwa kunoma yisiphi isigaba sokukhulelwa, xxxxx futhi iphuzwa ngabesimame abakhulelwe abane- HIV.
⚫ I-FDC isetshenziselwa impilo yakho, xxxxx futhi ivikela nengane ekungenweni yi-HIV. Iphilisi elilodwa, kumele liphuzwe njalo ngesikhathi esifanayo nsuku zonke.
⚫ Uma ungakwazi ukunikezwa iphilisi le-FDC ngenxa yokugula noma ezinye izixaka-xaka, uzonikwa amanye ama-ARV. Bonke abesimame abakhulelwe abane-HIV, kumele baphuze imithi yama-ARV, ngisho noma i-CD4 count yabo ingakanani.
⚫ Uma ubuphuza imithi yama-antiretroviral ngaphambili kokukhulelwa, kuzomele uqhubeke nokuphuza le mithi.
⚫ Uma usuqale ukuphuza le mithi, kuzomele uqhubeke nokuyiphuza impilo xxxxx xxxxx. Kubalulekile ukuthi unakekele impilo yakho, uqhubeke nokuphuza imithi xxxxx futhi ungayeki ngisho noma ingane isizelwe.
Isinyathelo 2: Ukusikwa zinhlungu xxxxx xxxxxxxxxxx
⚫ Uma ubungaphuzi imithi yama-ARV ngesikhathi ukhulelwe, xxxxx futhi ebese uqalwa zinhlungu zokubeletha, uzonikezwa imithi - ngesikhathi sezinhlungu zokubeletha nangesikhathi ubeletha.
⚫ Uma uphuza imithi xxxx-XXX, kuzomele uphuze amaphilisi njengokuvamile ngesikhathi sokusikwa zinhlungu xxxxxxxxxxx, xxxxx xxxxxxxxxxxxx xxxxxxxx, xxxxx futhi uzonikezwa namanye ama- ARV.
⚫ Uma uphuza imithi yama-FDC, kuzomele uqhubeke uwaphuze amaphilisi njengokuvamile ngesikhathi sokusikwa zinhlungu zokubeletha, xxxxx xxxxxxxxxxxxx xxxxxxxx, xxxxx futhi ngeke wanikezwa xxxxxx xxx-XXX.
⚫ Uma ungazi isimo sakho, noma uma esikhathini esidlule sohlolo, watholakala ungenayo i-HIV, kumele uhlolwe ngesikhathi sokusikwa zinhlungu zokubeletha noma ngokushesha ngemuva kokubeletha.
Isinyathelo 3: Ngemuva kokubeletha
⚫ Uma ubuphuza iphilisi le-ARV noma umuthi owodwa we- ARV, kuzomele uqhubeke nokuphuza lokhu impilo yakho xxxxx.
⚫ Xxx ubungaphuzi ama-ARV, kuzomele uqale ngokushesha ngemuva kokubeletha futhi uwaphuze impilo yakho xxxxx.
⚫ Abesimame akumele bayeke ukuphuza imithi yama-ARV ngemuva kokubeletha, kodwa kumele baqhubeke impilo xxxx xxxxx.
Isinyathelo 4: Usana
⚫ Kuzo zonke izimo ingane izonikezwa isiraphu ye- Nevirapine lapho xxxxxx xxxxx futhi xxxxx xxxxxxx xxxxxxxxx angu 6.
⚫ Ezinye izingane zinganikezwa i-Nevirapine isikhathi eside
– bazokutshela ekliniki uma lokhu kuzokwenziwa kanjalo enganeni yakho.
⚫ Ezinye izingane zinganikezwa i-AZT isikhathi eside – bazokutshela ekliniki uma lokhu kuzokwenziwa kanjalo enganeni yakho.
⚫ Abesimame abancelisayo kumele baphuze ama-ARV, kodwa uma uncelisa kodwa ungaphuzi imithi ngenxa
Isinyathelo 5: Uhlolo lwengane lwe-HIV
⚫ Uma une-HIV, ingane yakho kuzomele ihlolelwe i-HIV ekuzalweni (uhlolo lwe-PCR). Kumele ucele imiphumela yohlolo lapho uya ekliniki ukuyobhekwa kwengane ngemuva kokuzalwa, ngisho noma i-test yenziwe esibhedlela.
⚫ Uma ingane yakho inamaviki angu 6, kumele uyihambise esibhedlela noma ekliniki ukuyohlolwa xxxxx xxxxxxxxxx. Ingane yakho izonikezwa i-co-trimoxazole (Bactrim). I-Bactrim izomiswa uma ingane yakho itholakala ingenayo i-HIV xxxxx futhi ungasayincelisi ibele. I-test yesibili ye-PCR iyokwenziwa enganeni yakho emavikini angu 10 noma kwiviki lesi 14 lapho ubuyela ekliniki – ikliniki izokwazisa ukuthi xxxxx xxxx uhlolo.
⚫ Kumele ubuyele ekliniki ukuyothola imiphumela yohlolo lwe-PCR. Uma ingane yakho igula, kumele uye ekliniki
ngokushesha ngendlela okungakhonakala ngayo, ungalindeli ukubuyela ngosuku obekelwe xxxx. Xxx ingane yakho ine- HIV, izothola imithi ye-HIV (ART) nakhona okumele iqale ukuyiphuza masishane kakhulu ngendlela okungakhonakala ngayo.
ISSUE 1 - OCTOBER 2016
⚫ Uma ingane yakho ingenayo i-HIV, kusadingeka ubuyele ekliniki ukuyokwenza olunye uhlolo. Lokhu kwenziwa kumaviki ayisithupha ngemuva kokuyeka ukuncelisa ingane xxxxx futhi ezinyangeni ezingu 18. Lama test abalulekile ukuqinisekisa ngesimo sengane yakho.
Ukuthola ulwazi olubanzi: xxx.xxxxx.xxx
Let’s rstta
Be connected
isi Zulu
Wena okudingeka ukwazi maqondana...
Ukuvikela ukungena kwe-HIV ukusuka kumama ingene enganeni
yezizathu ezithile, ingane yakho izonikezwa umuthi we- Nevirapine kuze xxxx yiviki elilodwa ngemuva kokuyeka ukuncelisa ingane.
xxx.xxxxx.xx.xxXxxxx Magazine on facebook Twitter: @Chomamag
xxx.xx0xxxx.xx.xx hi4LIFE on facebook Twitter: hi4LIFE101
⚫ Kubaluleke kakhulu kuwe ukuthi uphuze xxxxxx xxxx- XXX, xxxxx xxxxxxxxxx xxxxxx xxxxx xxxxxx we- Nevirapine xxxxx xxxxxxx imithi xxxxxxxx xxxxxxxx/ noma esibhedlela.
Kubaluleke kakhulu ukuthi ucele ukuthi ingane yakho yenziwe i-test noma uhlolo lwe-HIV-PCR kwikliniki yangakini ukuze wazi isimo se-HIV sengane yakho.
• Abantu abakwizithombe ngama-model xxxxx futhi abanayo i-HIV noma ezinye izimo ezikhonjiswe kule phamflethi noma le ncwajana.
Le phamflethi (le ncwajana) ithole usizo lwemali ngokusekelwa ngabohlelo oluvela kwi- US President’s Emergency Plan for AIDS Relief (PEPFAR) oluvele kwabe-US Agency for
International Development ngaphansi kwesivumelwano se-Cooperative Agreement No. AID- 674-A-00-08-12-00015 ngabe-Anova Health Institute.
Imibono evezwe kule-phamflethi akuyona nje kuphela imibono yabe-PEPFAR, USAID xxxx xxx-AHI.
Abenombolo yosizo kazwelonke i-National AIDS Help Line: 0800 012 322 (engakhokhelwa)
Ungaxhumana nabe-HIVSA ku: Ucingo: x00 00 000 0000
hi4
LIFE