faka isicelo sekhadi i-mr price money account
xxxx xxxxxxx xxxxxxx i-mr price money account
ungathenga ngalo eMr Price, eMr Price Home, eMr Price Sport, eMr Price Cellular, eSheet Street noma eMiladys ngokusebenzisa isitolo esisebenzisa ubuchwepheshe noma esitolo qobo
thenga i-airtime noma i-data nge-akhawunti thathela omunye wakini ikhadi
Siyakuvikela nangomshwalense iMr Price Insurance Xhumeka ngeMr Price Mobile
xxxxxxx xxxxxxx se-akhawunti kufanele:
• ube neminyaka engaphezu kwengu-18
• ube nepasi noma i-Passport
• ube ngoqashiwe
• ube nenombolo yeselula esebenzayo
• ube negama elihle lokukweleta, uvume ukubhekwa e-credit bureau
• ube nekheli leposi nelalapho uhlala khona
okunye okukhona
I-Mr Price Insurance (itholakala eNingizimu Afrika kuphela)
xxxxxxxxxx
• Xxxxxxxxxxxx zemishwalense esizenzele wena. Njengomuntu one- akhawunti yeMr Price Money, imali yomshwalense siyibamba kwi- akhawunti yakho ukwenza izinto zibe xxxx
I-Mr Price Mobile (itholakala eNingizimu Afrika kuphela)
asixhumane
• khetha kwezinye zezinkontileka zethu ezihamba ne-sim card ezibizwa ngeSIM Top Up okwazi ukuzifakela ezibiza kuqala kaR30 kuR200 ngenyanga
• fakelwa i-airtime nyanga zonke
• imali ibanjwa ekhadini xxxxx xxXx Price Money ukukwenzela izinto zibe xxxx
xxxx xxxxxxx xx-xxxxxxxxx
yakwa-mr price money
Kungenzeka kudingeke ulethe ubufakazi bomholo wakho wezinyanga
eziwu-3 ezidlule nezitatimende zasebhange ukuze ubhekwe.
xxxxxxx xxxxxxx
Gcwalisa xxxxx imininingwane engemuva kwaleli fomu bese uthumela:
• ngo-WhatsApp ku-084 000 0000
• thumela i-email ku: xxxxxx@xxxx.xxx
• thumela i-fax ku-031 000 0000
Ukhumbule ukubhala inombolo yakho yepasi kuwona wonke amakhasi.
• ungawahambisa kunoma yisiphi isitolo seMr Price, iMr Price Home neMr Price Sport eNingizimu Afrika
izindleko:
• imali yokuvula ikhadi: iwuR40.00 owukhokha xxxxx
• imali yanyanga zonke ingafinyelela kuR19.00 ngenyanga
*imali yanyanga zonke inganyuka ungaziswanga, kunemigomo nemibandela.
ungakhohlwa
Uzothola isitatimende sanyanga zonke esiveza imali okufanele uyikhokhe, usuku okufanele ukhokhe nalapho ungakhokha khona.
Isitatimende sakho ungasibona xxxx xxxx enyangeni:
• shayela u-*120*410#
• yiya xx-xxxxxxxxxxxx.xxx
I-Mr Price Foundation
Xxxx xxxxxxxxxxx engenzi inzuzo egxile ekucijeni intsha yaseNingizimu Afrika yasemiphakathini yabantu abangaholi mali etheni lapho
intsha xxxxxx ushintsho ngokugqugquzelwa, ukuba nempilo nokuba yizikhamuzi ezithuthukisiwe.
Ngeminye imininingwane, vakashela ku: xxxxxxxxxxxxx.xxx
Uma ufisa ukufaka isandla nyanga zonke, le mali ingabanjwa ekhadini xxxxx xxXx Price Money ukukwenzela izinto zibe xxxx.
unemibuzo?
• shayela u: 08610 66639
• thumela uWhatsApp ku: 0645841010
• thumela i-email ku: xxxxxxx@xxxx.xxx
• vakashela ku: xxxxxxxxxxxx.xxx
Ukwamukelwa kwesicelo sakho kuncike ekutheni unawo amandla okukhokha nobufakazi bomholo. Xxxxx imishwalense ilawulwa ngabakwaGuardrisk Life Limited, abahlinzeki bomshwalense nemali abasemthethweni (FSP No 76) neGuardrisk Insurance Company Limited, umhlinzeki womshwalense nemali osemthethweni (FSP No 75). U-Xx Xxxxx Group Limited ungumhlinzeki wemali osemthethweni futhi unegunya lokubolekisa FSP31450 &
ngekhadi elilodwa uthenga ezitolo eziwu-6. Imihlomulo ethe xaxa.
Ifomu yokufaka isicelo
xxxxxxxxx xxxxxx ukukwazi?
Uzoyithola ku: xxxxxxxxxxxx.xxx namhlanje
NCRCP46. Kunemigomo nemibandela.
MARCH_2024
ISEBENZA ESITOLO KUPHELA
eMr Price
eMr Price Home eMr Price Sport
Inombolo yegatsha
Uhlobo
lwe-akhawunti
Izinyanga
Izintambo sezikuwena!
Usebenza kuphi?
Igama lenkampani:
Wenza msebenzi muni? Inombolo yocingo
I-exten
I-Mr Price Foundation
I-Mr Price Foundation yinhlangano engenzi inzuzo egxile ekucijeni intsha yaseNingizimu Afrika yasemiphakathini yabantu abangaholi mali etheni lapho intsha xxxxxx ushintsho ngokugqugquzelwa, ukuba nempilo nokuba yizikhamizi ezithuthukisiwe. Ungathanda ukufaka isandla kule nhlangano ngokuthi xxxx xxxxx imali onikela ngayo nyanga zonke?
Sicela ugcwalise imininingwane yakho…
lomsebenzi:
-sion
Cha
NgoR5
NgoR20
NgoR50
Sayina:
M | M | Y | Y |
Isihlonipho:
V
M
Ama-inishali: Ubulili:
Umnyango noma uphiko?
N
Y
Inombolo yasemsebenzini:
Imali onikela ngayo izobanjwa kwi-akhawunti yakho yeMr Price Money ukukwenzela izinto zibe xxxx.
N
Y
H | H | M | M |
Isibongo:
Uyitoho? Liphela nini?
Uneminyaka emingaki kulo mqashi?
I-Mr Price Mobile
Itholakala eNingizimu Afrika kuphela
Igama:
Inombolo yocingo ohlale Eyasem-
Eyase-
Eyeselula
Isikhathi esihle
Ungathanda ukuthintwa ngabeMr Price Mobile?
utholakala kuyona:
sebenzini
khaya
sokukushayela
Igama obizwa ngalo/ Udume ngo:
Umholo wenyanga
I-Mr Price Insurance Itholakala eNingizimu Afrika kuphela
Uhlanga: Umnyama Umhlophe
(Akuphoqiwe ukuthi ugcwalise).
Ushadile noma awushadile:
Uhluka-
UyiKhaladi
Uwumfel-
INdiya
Isibalo
Olunye
Umholo wenyanga kungabanjwa lutho:
Omunye umholo noma imali oyithola ngenyanga (okungaba ngomunye umsebenzi, oyinikwa oshade naye nenye imali oyithola ngenyanga)
Izindleko zenyanga
I-Customer Protection Plan (i-CPP)
Y | N |
Y | N |
Y | N |
Ikhokhela imali oyikweleta i-akhawunti yakho yakwa-Xx Xxxxx Xxxxx uma kwenzeka ushona, udilizwa emsebenzini, ugula kakhulu futhi ulaliswe esibhedlela ubusuku obuwu-3 bulandelana.
Awushadile
Okukuchazayo:
nisile
Ushadile
wa noma
umfelokazi
sezingane
ozondlayo
Xxxxx xxxxxxxxx: (intela, impesheni nomshwalense wezempilo)
Eyakho – NguR10.50 ngenyanga (wena mnikazi we-akhawunti kuphela) Eyozwana naye – NguR10.50 ngenyanga (eyakhe yedwa)
Umazisi wase-
Ningizimu Afrika
I-passport
Izincwadi zokushayela
Ezakwelinye izwe
Irenti noma eyomuzi:
Nihlanganisile – NguR14.90 ngenyanga (eyomnikazi we-akhawunti nazwana naye)
Yomazisi noma ye-passport:
Usuku lokuzalwa: Usuku Inyanga Ucingo:
Iselula:
Enye inombolo yeselula: I-email:
Unyaka
I-Contract
Ngabe iselula yakho eyenkontileka xxxx xx-Prepaid:
I-Prepaid
Izikweletu: (amakhawunti asezitolo, amakhadi okukweleta asebhange, njll)
Ezinye izindleko: (xxxxx, amanzi, ucingo, njll)
Imininingwane yomuntu wakini noma yomngani
Umyeni: Unkosikazi: Xxxxxx xxxx: Ubaba: Umama: UMnu: UNkk: UNksz: UNkz:
): | |||||||||||||||||
Amagama:
Omunye:
Sayina:
Ukukuvikela uma kulahleke ikhadi (I-LCP) uR6.50 ngenyanga
N
Y
Ikuvikela uma kwenzeka kusetshenziswa ikhadi lakho lakwaMr Price Money ngokungemthetho uma usubikile ukuthi lilahlekile noma lintshontshiwe.
Sayina:
I-360 Degree Protection Plan (i-360) uR55.00 ngenyanga
N
Y
IZINTO EZENGEZIWE
Thola umshwalense kaR10 000 uma kwenzeka ushona, udilizwa, kukhona izifo ezithile ezikuphathayo futhi ulaliswa esibhedlela ubusuku obuthathu bulandelana. Lo mshwalense ungawuthathela ozwana naye nezingane ezingaphansi kweminyaka engu-18 ngemali ethe xaxa.
Ulimi lwebele: IsiNgisi
IsiBhunu
isiZulu
isiXhosa
isiPedi
Isibongo:
N
J
Usuke wafaka isicelo sokwehliselwa isikweletu noma usuhlelweni lokukhokha ongaphansi kwalo?
Ucingo (lwasekhaya Lwasemsebenzini:
Umasingcwabisane
Sayina:
N
J
Une-akhawunti eSheet Street noma kwaMiladys?
ikhodi |
Ikheli leposi
ikhodi |
Ikheli lalapho uhlala khona (Uma kungukuthi lihlukile kuneleposi)
Unesikhathi esingakanani uhlala khona?
Okabani umuzi:
Iselula:
Ungathanda:
N
Y
• ukukhushulelwa imali ongakweleta ngayo njalo ngonyaka?
N
Y
• Ukuthunyelwa izipesheli zakwaMr Price Group?
Isifungo
Ngokusayina lapha ngezansi ngiyavuma ukuthi ngiyitholile, ngayifunda, ngayiqonda futhi ngayamukela imigomo nemibandela yakwaMr Price Group, lapho kufanele khona
ngazisiwe ngomshwalense nokuthi imininingwane engiyibhale lapha iyiqiniso futhi iphelele.
• U-Mr Price ungathatha futhi ungazisa noma xxxxx xxxxxxx xxxxxx xxxxxxxx lwabakweletayo, iSouth African Fraud Prevention Services (iSAFPS) noma yiphi enye inhlangano ulwazi ngokukweleta kwami nendlela engikhokha ngayo.
• U-Mr Price ungabika noma yimiphi imininingwane engelona iqiniso engiwunike yona kwiSAFPS noma emaphoyiseni uma kudingeka.
Mhlaka: | D | D | M | M | J | J | J | J | |
Sayina: Igama lomsebenzi: Inombolo yomsebenzi: |
• Uma ngishade umshado ohlanganisa amafa noma ngokwesintu, ngiyitholile imvume kwengishade naye yokwenza lesi sivumelwano.
Uthola umasingcwabisane wakho, owoshade naye nezingane ezine ezingaphansi
kweminyaka engu-18.
Y | N |
Y | N |
Y | N |
Y | N |
Imali ngenyanga Umhlomulo omkhulu
Owokuqala uR47.25 ngenyanga uR7 500
Owesibili uR58.25 ngenyanga uR10 000
Owesithathu uR75.00 ngenyanga uR15 000
Owesine uR85.50 ngenyanga uR20 000
Sayina:
Xxxxx imishwalense iqinisekiswa yiGuardrisk Life Limited, umhlinzeki womshwalense onelayisensi nomhlinzeki wezimali osemthethweni (FSP No 76) neGuardrisk Insurance Company Limited, umhlinzeki womshwalense onelayisensi nomhlinzeki wemali osemthethweni (FSP No 75). I-Xx Xxxxx Group Limited ingumhlinzeki wemali osemthethweni futhi ogunyaziwe ukubolekisa. FSP31450 & NCRCP46.
Isifungo
Ngokusayina ngenhla ngiyavuma ukuthi ngifundile futhi ngaqonda izinhlobo engingakhetha kuzona, lapho ngikhethe khona “uY” imali yakhona izobanjwa ekhadini
Sayina:
Igama lomsebenzi:
Inombolo yomsebenzi:
Ungumnikazi
Uqashile
Uhlala kini
Xxxxxx xxxxxxxxx?
lami lasesitolo ukuze xxxx xxxx.
N
J
Mhlaka: | D | D | M | M | Y | Y | Y | Y |
Une-akhawunti yasebhange?
Unesikhathi esingakanani unale akhawunti yasebhange?
Kusayina ofaka isicelo:
Okwasehhovisi Kubhekwe wu…
Ungathanda ukuzithola kanjani izitatimende zenyanga?
Okwasehhovisi kuphela
Khetha okokodwa: Nge-email
Nge-SMS
Kubhekwe wu:
Imigomo nemibandela yokusebenzisa ikhadi le-Xx Xxxxx Xxxxx
1. izincazelo
1.1. “UmThetho” xxxx umThetho wokuHlinzekwa ngesiKweletu 34 owashaywa ngo-2005 nemigomo nokuchitshiyelwa;
1.2. I-“Isivumelwano”, “isivumelwano sesikweletu”, “igunya” noma “i-akhawunti” xxxx isivumelwano sesikweletu esiphakathi kwakho nathi nesifaka nemali ozoyikhokha kanjalo imigomo nemibandela yekhadi nemali ongathenga ngayo;
1.3. “Isicelo” noma “ukufaka isicelo” kusho uma ufaka isicelo sokuthenga ngesikweletu kithina;
1.4. “Ikhadi” lisho ikhadi lakho elibizwa nge-Xx Xxxxx Xxxxx store card esikunika xxxx ukuze ukwazi ukusebenzisa imali esikuboleka yona uma uthenga impahla yethu;
1.5. “Umkweletisi”, “thina”, “okwethu”, “u-Mr Price” kusho inkampani yakwaMr Price ezinze e- Upper Level, eNorth Concourse, ku-00 Xxxxxxxxxx Xxxxxx Xxxxxx (owawubizwa ngoNMR Avenue), eThekwini, 4001,
iyona ekuhlinzeke ngesikweletu njengokubhaliswa kwayo ngokoMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu 34 owashaywa ngo-2005 (“i-NCA”) NCRCP46, nomhlinzeki wemali osemthethweni FSP31450, xxxxx xxxxxx i-Mr Price, i-Mr Price Home, i-Mr Price Sport, i-Mr Price Cellular, i-Mr Price Mobile, iSheet Street neMiladys noma wubani omunye esidlulisela kuye la malungelo ethu ngokwalesi sivumelwano;
1.6. “Okweletelwayo”, “Wena”, “okwakho” kusho umuntu igama lakhe elivela kumafomu okufaka isicelo, isitatimende esisikhipha ngaphambi kwesivumelwano nemali ezokhokhwa futhi okunguyena obolekwa imali yi-Xx Xxxxx Group ngale migomo nemibandela;
1.7. “I-Debt Collectors Act” xxxx uMthetho wokuQoqwa kweziKweletu 114 owashaywa ngo-1998.
2. ukufaka isicelo, ukubolekwa nesivumelwano sesikweletu
2.1. Noma yisiphi isicelo sincike ohlelweni lwangaphakathi lokucubungula izicelo, yile migomo nemibandela, noMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu. Ngokwalo Mthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu, sinalo ilungelo lokusichitha isicelo sakho, sokunquma nokunciphisa imali esikuboleka yona futhi sinalo ilungelo lokuhoxisa nokuvala isikweletu esikuboleke sona xxxx xxxx.
2.2. Isicelo sakho sizobhekwa kusetshenziswa imininingwane osinikeze yona.
Uyavuma ukuthi leyo mininingwane iyiqiniso.
ikhadi esizolikhipha elihambisana nalesi sikweletu nalo kumele lisayinwe ngokushesha yilowo muntu omkhethe ukuthi alisebenzise. Nguwena noma umuntu omkhethile kuphela abangasebenzisa lelo khadi.
3.4. Ubunikazi bekhadi noma amakhadi buqondene nawe futhi kumele uwabuyise uma siwafuna.
3.5. Ungalisebenzisa ikhadi ukuthenga e-Mr Price , e-Mr Price Home,
e-Mr Price Sport, e-Mr Price Cellular, eSheet Street noma kwaMiladys ngesikweletu esikunike sona. Awukwazi ukuthenga ngaphandle uma uveza ikhadi.
3.6. Nguwena oqondene nokuligcina xxxxx xxxx khadi. Uma ikhadi lakho noma (leli elisetshenziswe ngomunye umuntu) lintshontshwa kumele usibikele masinyane ngokusifonela ku: 08610 66639. Uma uhluleka ukusazisa ukuthi ikhadi lakho lintshontshiwe nguwena okuzofanele ukhokhele ukusetshenziswa kwalo kuze xxxx uyasazisa ukuthi ikhadi noma amakhadi alahlekile noma antshontshiwe.
3.7. Omunye omthathela ikhadi kumele abe ngaphezu kweminyaka engu-18.
4. imali esikuboleka yona
4.1. Imali oyikweletayo ayikwazi ukuba ngaphezu kwesikuboleke yona nokuyisikweletu okusuke kuvunyelwene ngaso uma sisuke sikwazisa ukuthi uzokhokha malini singakabi bikho isivumelwano.
4.2. Uma ufisa ukuthi njalo ngonyaka imali esikuboleka yona siyinyuse, kumele usho ngenkathi ugcwalisa ifomu lokufaka isicelo noma ngokuhamba kwesikhathi uma ufisa sikukhuphulele. Uma ukhetha ukuthi sikukhuphulele sizoqhubeka sibuyekeze futhi kungenzeka siyikhuphule imali esikukweletela yona njengokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
4.3. Uma ufisa ukukhushulelwa imali esikuboleka yona okwesikhashana, kuzomele usazise ukuze sizokubhala phansi lokhu. Uma sivuma, imali esikuboleka yona sizoyikhuphula isikhashana ngokubona kwethu. Uma usuyikhokhile leyo mali ebiyengeziwe, imali esikuboleka yona izokwehliswa ibuyele kwebiyikona ngaphambi kokunyuswa.
4.4. Uma kwenzeka ufisa ukunyuselwa imali esikuboleka xxxx xxxxx kwalokhu esesivele sikushilo kumele ufake isicelo salokho. Siyobe sesibheka ukuthi malini ongaba namandla ayo nesizodinga ubufakazi bomholo wakho (ama-payslip ezinyanga eziwu-3, izitatimende zasebhange noma obunye ubufakazi bomholo wakho kungabanjwa lutho) njengokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
4.5. Ungasazisa xxxx xxxx ukuthi sinciphise imali esikuboleke yona noma sinqume imali ongeke weqe kuyona. Sinelungelo lokunciphisa, sishintshe noma sivale imali esikuboleke yona.
5. imali okufanele uyikhokhe nyanga zonke nokukhokha
5.1. Sizokuthumelela isitatimende sanyanga zonke nge-email noma ngeSMS
ukuthi uzokukhokha esitatimendeni esandulela isivumelwano nokuyiyona enkulu evunywa nguMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu. Inzalo enkulu evunyiwe ngokoMthetho wokuHlinzeka kwesiKweletu ihambisana nemalimboleko enqunywa yiBhange loMbuso futhi incike endleleni enqunywa nguMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu. Uma imalimboleko inyuka noma yehla noma indlela enqunywa nguMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu ishintsha, inzalo okufanele uyikhokhe izonyuka xxxx xxxxx. Uzokwaziswa ngoshintsho ngokubhalelwa esitatimendeni sakho.
6.2. Inzalo izobalwa zonke izinsuku futhi izokhula phezu kwenye nyanga zonke ngelanga okufanele ukhokhe ngalo, ikhula phezu kwayo xxxxx imali oyikweletayo kuze kufike ilanga lokukhokha. Leyo nzalo yengezwa emalini oyikweletayo.
7. izindleko ze-akhawunti
7.1. Sizokukhokhisa imali yezindleko ze-akhawunti nyanga zonke. Imali yokuqala okuzofanele uyikhokhe izoshiwo esitatimendeni esandulela isivumelwano noma sizokuthumelela incwadi. Ngokubona kwethu le mali yezindleko yanyanga zonke ingahlale ihlale inyuke inqobo nje uma ingeke yeqe kwenqunywe wuMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu. Le mali izobanjwa kwi-akhawunti yakho nyanga zonke. Le mali kungenzeka kwesinye isikhathi singayibambi xxxxx xxxx ingxenye yayo ngokubona kwethu.
7.2. Kungenzeka sikukhokhise imali yokuvula i-akhawunti nesiyoyisho esitatimendeni esandulela isivumelwano nalapho sisho khona imali ongalindela ukuyikhokha. Uma sikukhokhisa le mali, kuyofanele uqale uyikhokhe ngaphambi kokuqhubeka. Uma ukhetha ukungaqali uyikhokhe, izokwengezwa emalini oyikweletayo.
8. umshwalense
8.1. Ungazikhethela ukuthi uyawuthatha xxxx xxx umshwalwense okuvikelayo uma kulahleke ikhadi lakho (iLCP), okuvikelayo njengekhasimende (iCPP), okukhokhela imali uma kwenzeka ushona, udilizwa noma ugula (i360), umasingcwabisane womndeni, i-A2B noma iMedinet Protection Plan oyithola kithina.
8.2. Ungazithathela owakho umshwalense wokuvikela isikweletu sakho.
8.3. Uma ukhetha ukwamukela iLCP, iCPP, i360, umasingcwabisane, i-A2B noma iMedinet Protection Plan etholakala kithina, uyaziswa ukuthi kukhona ikhomishini esiyitholayo enkampanini yomshwalense ngalo mshwalense, imininingwane yayo esiyidalulayo encwadini yakho yomshwalense.
8.4. Imininingwane yale zinto esikudayisela zona uzoyithola encwadini yakho yomshwalense ozothunyelelwa yona uma kwenzeka kukhona
umshwalense owukhethayo, nokho uma sikukhela phezulu ngayo imi kanje:
8.4.1. I-LCP ikuvikela uma kwenzekile kwakhona osebenzisa ikhadi xxxxx xxXx Price Money ngokungemthetho uma usubikile ukuthi
2.3. Uma siphumelela isicelo sakho sizokuthumelela isitatimende esingaphambi kwesivumelwano futhi sikukhombise ukuthi uzokhokha malini nokuzosho imali ozobolekwa yona, izindleko nemininingwane yesikweletu njengokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
2.4. Uma usuyamukelile le mali esithi uzoyikhokha, imigomo nesitatimende esingaphambi kwesivumelwano xxxx mali izoba yingxenye yesivumelwano esiphakathi kwethu nawe.
2.5. Mhla uqala ukuthenga ngesikweletu sakho, uyoklwebha ikhadi lakho, usayine i-invoice, lokhu kuzohambisana nokusayina kwakho nokwamukela kwakho le migomo nemibandela emisha.
2.6. Uyacelwa usazise uma kukhona ushintsho esimweni sakho semali, umholo wakho noma ekusikhokheleni ukuze sibuyekeze ukuthi malini ongakwazi ukuyikhokha njengokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
2.7. Ngeke ukwazi ukufaka isicelo se-akhawunti yesikweletu sezinyanga eziwu-6 noma eziwu-12 uma kuwukuthi usuvele unayo le akhawunti
ngokukhetha kwakho. Isitatimende sizokukhombisa ezinye zalezi zinto ngokusho kwesigatshana 35 soMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu:
5.1.1. xxxxx imali oyikweletayo ngokwelanga isistatimende esenziwa ngalo;
5.1.2. izimpahla ozithengile ngaleyo nyanga kuzo zowu-6 izitolo;
5.1.3. izindleko zokuboleka okufanele uzikhokhele nyanga zonke;
5.1.4. xxxxxx xxxxxxxxx xxxxxxxxx xxxxxxxx;
5.1.5. inzalo ebanjwayo ngaleyo nyanga;
5.1.6. imali encane okufanele uyikhokhe nosuku okufanele uyikhokhe ngalo.
5.2. Ukungasitholi kwakho isitatimende akusho ukuthi akufanele ukhokhe njengoba ungakwazi ukuthola ulwazi nge-akhawunti yakho nemali oyikweletayo ngokusishayela ku-08610 66639 ngezikhathi zokusebenza.
5.3. Kumele okungenani sithole imali okuvela ukuthi kumele uyikhokhe ngokusho kwesitatimende xxxxx xxxx uR30 kuye nokuthi iyiphi imali
8.4.2.
8.4.3.
8.4.4.
8.4.5.
ikhadi lilahlekile noma lintshontshiwe.
I-CPP ivikela isikweletu osuke usanaso kwi-akhawunti yakho ye- Xx Xxxxx Xxxxx uma kwenzeka ushona, udilizwa, ugula kakhulu futhi ulaliswa esibhedlela ubusuku obuwu-3 bulandelana.
I-360 ikukhokhela uR10 000 uma kwenzeka ushona, udilizwa, ugula kakhulu futhi ulaliswa esibhedlela ubusuku obuthathu bulandelana.
I-A2B* ikhokha uR50 000 uma ushona engozini yemoto
noR75 000 uma ulimala engozini yemoto (noma ingxenye ethile) uma kunguwena obushayela noma ungumgibeli emotweni yakho noma kwenye imoto.
I-Medinet Protection Plan* ikhokha uR30 000 ngezinye zezifo ezibucayi, uR3 000 wokulala esibhedlela uma kwenzeka ulaliswa ubusuku obuwu-3 bulandelana noR5 000 wokukusiza wengeze emholweni wakho izinyanga eziwu-3.
kwenye inkampani yase-Mr Price.
3. i-akhawunti yekhadi lakho
3.1. Uzonikwa ikhadi lase-Mr Price Money okufanele ulisayine ngepeni.
3.2. Nguwena kuphela ovumeleke ukulisebenzisa futhi awukwazi ukulidlulisela komunye umuntu noma ugunyaze omunye umuntu ukuthi alisebenzise.
3.3. Uma kungukuthi ucelele nabanye amakhadi esikweletini sakho, nguwena oqondene nokuthengwa kwempahla kusetshenziswa wona. Elinye
enkulu ngosuku okufanele ukhokhe xxxxx xxxx ngaphambi kwalo
njengokusho kwesitatimende.
5.4. Ungasikhokhela xxxx xxxxxx osikweleta yona xxxx xxxx.
5.5. Izitatimende zithathwa ngokuthi kuyikho ngaphandle xxx xxxx khona imibuzo esiyitholayo zingakapheli izinsuku ezingu-60.
6. inzalo
6.1. Inzalo efakwa esikweletini sakho yinzalo ehambisana nesasikutshele kona
Akuwona umshwalense wezempilo xxxx. Ukukhokhela ukuthi ubhekane nezinye
izindleko okungezona ezokugula ngenxa yokuthi ubulaliswe esibhedlela.
*Ungawuthathela ozwana naye nezingane ezingaphansi kweminyaka engu- 18 kodwa ukhokha imali ethe xaxa.
8.4.6. I-Family Funeral Plan wumasingcwabisane okusiza ukukhokhela izindleko zomngcwabo wakho nomndeni wakho. Ungathola umasingcwabisane ongafinyelela kuR20 000 wakho noshade naye kanjalo nongafinyelela kuR7 500 wezingane ezingeqile kweziwu-4 ezingaphansi kweminyaka engu-18.
Xxxxx imishwalense iqinisekiswe yiGuardrisk Life Limited, abahlinzeki bomshwalense abanelayisensi futhi abahlinzeki bemali abasemthethweni (FSP No 76) neGuardrisk Insurance Company Limited, abahlinzeki bomshwalense ongaqondene nempilo abanelayisensi nabahlinzeki bemali abasemthethweni (FSP No 75). Inkampani yakwa Mr Price ingumhlinzeki wemali nowesikweletu osemthethweni FSP31450 & NCRCP46 & NCRCP46. Kunemigomo nemibandela. Ukufunda kabanzi ngale mishwalense ungangena kwi-website yethu i- xxxxxxxxxxxx.xxx noma ushayele u: 0861 000 518.
9. ukuphula isivumelwano nokusiqeda
9.1. Siyokubhalela sikwazise uma ungakhokhanga futhi siyophakamisa ukuthi udlulisele isikweletu kumeluleki wezikweletu, omunye umxazululi, inkantolo yabathengi noma umahluleli bangenelele ukuxazulula umbango ngokwesivumelwano noma kwenziwe uhlelo lokuthi ukhokhe.
9.2. Uma sekuphele cishe izinsuku ezingu-20 ungakhokhi futhi sekuphele okungenani ezingu-10 kusukela sakuthumelela incwadi kodwa wangaphendula noma usiphendula ngokuchitha iziphakamiso zethu, siyonqamula isivumelwano bese siya enkantolo ukuze sithole incwadi ezokuphoqa ukuthi ugcine isivumelwano. Lezi zinsuku ezingu-20 nezingu-10 zingahambisana.
10. izindleko zomthetho nezinye izindleko
10.1. Uma i-akhawunti yakho ingakhokhelwa:
10.1.1.ulwazi ngokungakhokhi kwakho kuzodluliselwa kwi-credit bureau njengokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu futhi lokhu kungakuphazamisa uma ufisa ukuthola esinye isikweletu; futhi
10.1.2.singakuvalela imali esikuboleke xxxx xxxx sikunika izinsuku ezingu-10 zokukwazisa ngaphambi kokuvala i-akhawunti yakho. Uma siyivala
i-akhawunti yakho, kuyodingeka uyikhokhe xxxxx imali oyikweletayo; futhi
10.1.3.sinelungelo lokukukhokhisa inzalo ezobe ihambisana nesakusho esitatimendeni esandulela isivumelwano kanjalo nezindleko zokuthi awukhokhile uma kwenzeka uhluleka ukukhokha noma uphula lesi sivumelwano noma ngabe yiziphi ezinye izindleko esingena kuzona zokulandela isikweletu ngoba senzela ukuthi wena ugcine isivumelwano. Lezi zindleko ngeke zeqe kokunqunywe nguMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
10.1.4.i-akhawunti yakho ingadluliselwa enkampanini eqoqa izikweletu ukuze kutholakale imali oyikweletayo futhi kukhona izindleko ozozikhokha ngalokho ezingeke zeqe kulezo ezinqunywe nguMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu kanjalo noMthetho wokuQoqa isiKweletu uma kufanele usetshenziswe; futhi
10.1.5.uma kufanele sikuthathele izinyathelo zomthetho (sikuthumelele amasamanisi), nguwe ozokhokhela zonke izindleko zomthetho, ezokuqoqa isikweletu ngisho nezokukufuna.
10.2. Lezi zindleko zizobanjwa kwi-akhawunti yakho nezinye izindleko ngokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu.
10.3. Kungakhishwa nesinqumo senkantolo esikulahla ngecala.
11. isitifiketi nokukweleta kwakho
Isitifiketi esisayinwe noma ngabe iyiphi imenenja yethu (okungadingi silethe ubufakazi bokuqokwa namandla ayo) lapho kushiwo khona imali osikweleta yona nenzalo yakhona kuyoba ngubufakazi obanele bokusikweleta kwakho kunoma ngabe yiziphi izinyathelo zomthetho esizithathayo futhi kuyothathwa njengobufakazi obanele kuze xxxx xxxx uletha ubufakazi bokuthi le mali nenzalo eshiwo ayilona iqiniso.
12. ushwele
Uma kwenzeka singasebenzisi noma singaphuthumi ukusebenzisa amalungelo ethu ngokwalesi sivumelwano, kuyobe kungasho ukuthi siyekile, siphonse ithawula noma asizukukukhokhisa.
13. imvume ngendawo esingathatha kuyo izinyathelo zomthetho
NgokoMthetho olawula iziNkantolo zeMantshi 32 owashaywa ngo-1944 (“iMCA”) uyavuma ukuthi singakuthathela izinyathelo zomthetho ezihambisana nalesi sivumelwano noma i-akhawunti yakho eNkantolo yeMantshi, okungaba noma iyiphi iNkantolo yeMantshi, okuwukuthi ngokwesigaba 28 seMCA inegunya
lokusebenza kuleyo ndawo. Nokho-ke singakhetha ukukuthathela izinyathelo kunanoma ngabe iyiphi enye inkantolo enegunya.
14. amakheli
Ikheli lasekhaya osinike xxxx ngesikhathi ugcwalisa ifomu lokufaka isicelo sokuvula i-akhawunti yilona kheli olikhethayo lapho sizokuthumelela khona incwadi uma sikuthathela izinyathelo zomthetho noma ngabe yini enye esikuthumelela yona ngokwendlela okhethe ngayo efomini lokufaka isicelo. Ikheli ongaposelwa kulona
(okungaba yilapho uhlala khona, oposelwa xxxx xxxx i-email) yilona elizosetshenziswa ukukuthumelela izitatimende, esikwazisa xxxxx xxxx ngabe iyiphi enye incwadi.
Kumele usazise uma uthuthela kwelinye ikheli noma ushintsha ikheli.
15. imininingwane yokukweleta komthengi ne-credit bureau
15.1. Uyavuma ukuthi:
15.1.1. singabuza ukuqinisekisa ulwazi osinike xxxx ngesikhathi ufaka isicelo noma xxxxx xxxx ngesikhathi sisenesivumelwano;
15.1.2. singathumela kwi-credit bureau noma xxxxx xxxxx omunye (onesivumelwano esithinta imali naye nanoma ngabe yinini) noma ngabe yikuphi osinike khona ngawe noma ngesicelo sakho, ukuvulwa nokuvalwa kwesivumelwano noma i-akhawunti yakho;
15.1.3. sibheke, siqinisekise futhi sithole ulwazi kubantu ababalwe ngenhla uma sicubungula isicelo sakho nokuthi ufanele yini ukunikwa isikweletu, futhi noma xxxxx xxxx ngesikhathi isavuliwe i-akhawunti yakho;
15.1.4. singanikeza, sidalule futhi sibhalise ukuba khona kwalesi sivumelwano nanoma ngabe yiluphi ulwazi ngawe nemininingwane yakho kubantu esikhuluma ngabo ku-15.1.2, sibatshela okuhle nokubi ngawe noma nge-akhawunti yakho okufaka nokungasigcini lesi sivumelwano.
15.2. uyavuma futhi uyaqonda ukuthi i-credit bureau izosihlinzeka ngolwazi mayelana nendlela ophatha ngayo izikweletu zakho kanjalo namaphuzu owatholayo akhombisa ukuthi ufanelwe yini ukunikezwa isikweletu xxxx xxx.
15.3. Sinelungelo lokuthola nokudalula lolu lwazi
15.3.1. uma sicabanga ukuthi kufanele futhi kuzokusiza;
15.3.2. lapho umthetho usiphoqa khona ukwenze njalo;
15.3.3. lapho kuzosiza xxxxx xxxxx noma umphakathi ngokudalula.
15.4. Uyavuma ukuthi imininingwane yakho esiyinikezwe nguwe, ingasetshenziswa inoma isiphi isigaba se-Mr Price Group, okufaka i-Mr Price Mobile iyisebenzisele ukumaketha nokunye okuhlobene nalokhu. Uma ungafuni sisebenzise imininingwane yakho kulokhu kumelo usazise ngokusibhalela i-email ku- xxxxxxx@xxxx.xxx
15.5. Awunalungelo lokusithathela izinyathelo noma ufune ukukhokhelwa yithina ngokusinikeza le miningwane ngokwalesi sivumelwano.
15.6. Unelungelo lokuthi i-credit bureau uthi ayikuvezele amarekhodi okukweleta kwakho, uphikisane nakho futhi ulungise lapho kubhalwe khona okungesikho. Ama-credit bureau asetshenziswa yithina yi:
• I-XDS: ucingo: 011 645 9100;
• I-TransUnion Credit: ucingo: 0861 48 24 82;
• I-Experian Credit Bureau: ucingo: 0861 10 56 65.
15.7. Ungafaka nesikhalazo enhlanganweni elawula ukuhlinzekwa kwezikweletu, iNational Credit Regulator ngokuyishayela ku: 0860 627 627 noma uxhumane neNational Credit Tribunal.
16. okunye
16.1. Sizogada futhi siqophe njalo uma sikhuluma nawe ocingweni.
16.2. Ungaqinisekisa ukuthi imigomo nemibandela nezincazelo nemiphumela yalesi sivumelwano yethuliwe futhi yachazwa kuwe ngolimi oluqondayo. Ingozi ehambisana nalesi sivumelwano namalungelo akho nokuqondene nawe, nakho uchazeliwe.
16.3. Uma ushade umshado ohlanganisa amafa, uyaqinisekisa ukuthi uyitholile imvume yoshade naye ukuvula le-akhawunti nokwamukela uma sikukhuphulela imali esikuboleka xxxx xxxxxx esingakuboleka yona ngokwale-akhawunti.
16.4. Sivumelekile noma xxxxx xxxx ukudlulisela onke amalungelo ethu ngokwalesi sivumelwano komunye umuntu.
16.5. Ngeke sithwale cala noma izindleko ngokulahlekelwa noma ngokulimala kwakho noma komunye umuntu ngokufaka kwakho isicelo mayelana nalesi sivumelwano.
16.6. Uma singakwazi ukugcina umbandela othize mayelana nalesi sivumelwano, ngeke lokho kuthinte xxxxx eminye imibandela yalesi sivumelwano.
16.7. Xxxxx xxxxxxxxxx futhi sisibophezele, futhi ngaphandle uma ushintsho lwenziwa ngokusho koMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu, nanoma ngabe yiluphi ushintsho oluzokwenziwa kulesi sivumelwano kumele lubhalwe phansi noma luqoshwe ngocingo bese luyaqinisekiswa ngokubhala phansi. Nokho, singakwazi ukuthi nanoma ngabe yinini sibuyekeze noma sishintshe imigomo nemibandela kodwa uma senze njalo, akusho ukuthi kuyobe sekunesivumelwano esisha.
16.8. Isitatimende esandulela isivumelwano, imali okulinganiselwe ukuthi uzoyikhokha xxxx migomo nemibandela konke kuyingxenye yesivumelwano esiphakathi kwakho nathi mayelana nesikweletu esikunika sona futhi lokhu kulawulwa futhi kuhambisana nemithetho yaseNingizimu Afrika.
16.9. Unelungelo lokungafakwa:
16.9.1. emikhankasweni yokukudayisela eyenziwa xxxxxxxx xxxxxxxx xxxxx;
16.9.2. ekukhangiselweni noma ohlwini lwamakhasimende oludayiswa noma lusatshalaliswe yithi ngale kokushiwo wuMthetho wokuHlinzeka ngesiKweletu;
16.9.3. ohlwini lwabathunyelelwa ama-email nama-SMS.
17. iselula
17.1. Sicela ubheke imigomo nemibandela mayelana nemikhiqizo yethu yamaselula
17.2. Okunye
17.2.1. Amakhasimende xxxxx ama-akhawunti amasha angathenga iselula eyodwa uma eqala ukuthenga
17.2.2. I-akhawunti yekhasimende ivunyelwe ukuthenga iselula eyodwa noma okobuchwepheshe okukodwa uma eqala ukuthenga iselula
17.2.3. Lo mbandela uyaphela emva kwezinyanga ezintathu.
18. umthetho wokuVikelwa kwemiNiningwane yoMuntu (i-POPIA)
18.1 Ngokwe migomo ye-POPIA:
18.1.1 Sizibophezele ukuvikela imininingwane yakho (“i-PI”)
18.1.2 Imininingwane yakho siyayiqoqa, siyibeke siyisebenzise ngendlela efanele ehambiselana neNqubomgomo yobuMfihlo yethu etholakala ku- xxxxx://xxx.xxxxxxxxxxxx.xxx/xx-xxxxx-xxxxx-xxxxxxx-xxxxxx. aspx.
18.2 Uma unezikhalazo ezithinta iNqubomgomo yobuMfihlo yethu noma indlela esiqoqa, esibeka noma esisebenzisa ngayo imininingwane yakho, ungathumela i-email ku- xxxxxxx@xxxx.xxx.
eminye imibuzo?
Uma unemibuzo, ungasishayela ku: 08610 66639 noma usithumelele i-email ku:
Ukuze uvulelwe i-akhawunti, gcwalisa xxxxx imininingwane engemuva kwaleli fomu, ufake nenombolo yakho yomazisi icace xxxxx kuwona wonke amakhasi.
thumela:
• kuWhatsApp ku:084 484 4845
• i-email ku: xxxxxx@xxxx.xxx
• i-fax ku: 000 000 0000
• wahambise kunoma yisiphi xxxxxxx xxxx-Mr Price, eMr Price Home noma eMr Price Sport eNingizimu Afrika.